Duteronomi 30:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Uma abantu bakho abahlakazekile beyobe besemkhawulweni wamazulu, uJehova uNkulunkulu wakho uyokuqoqa lapho akuthathe lapho.+ Isaya 49:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 Kodwa yilokhu uJehova akushilo: “Ngisho nendikimba yezithunjwa zendoda enamandla iyothathwa,+ nalabo kakade asebethathwe ngumashiqela bayophunyuka.+ Futhi ngiyolwa nanoma ubani olwa nawe,+ namadodana akho mina ngokwami ngiyowasindisa.+ Jeremiya 23:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 “Mina ngiyoqoqela ndawonye insali yezimvu zami ngizikhiphe kuwo wonke amazwe engangizihlakazele kuwo,+ futhi ngiyozibuyisela edlelweni lazo,+ ngokuqinisekile ziyozala zande.+ Jeremiya 30:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Ngoba, “bheka! kuza izinsuku,” kusho uJehova, “futhi ngiyobutha abathunjiweyo babantu bami, u-Israyeli noJuda,”+ kusho uJehova, “ngiyobabuyisela ezweni engalinika okhokho babo, futhi ngokuqinisekile bayolithatha liphinde libe ngelabo.”’”+ Hezekeli 39:28 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 28 “‘Bayokwazi ukuthi nginguJehova uNkulunkulu wabo, lapho ngibadingisela ezizweni futhi ngibaqoqela ezweni labo,+ ngingashiyi noyedwa wabo.+ Joweli 3:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 “Ngoba, bheka! ngalezo zinsuku nangaleso sikhathi,+ lapho ngibuyisa abathunjiwe bakwaJuda nabaseJerusalema,+
4 Uma abantu bakho abahlakazekile beyobe besemkhawulweni wamazulu, uJehova uNkulunkulu wakho uyokuqoqa lapho akuthathe lapho.+
25 Kodwa yilokhu uJehova akushilo: “Ngisho nendikimba yezithunjwa zendoda enamandla iyothathwa,+ nalabo kakade asebethathwe ngumashiqela bayophunyuka.+ Futhi ngiyolwa nanoma ubani olwa nawe,+ namadodana akho mina ngokwami ngiyowasindisa.+
3 “Mina ngiyoqoqela ndawonye insali yezimvu zami ngizikhiphe kuwo wonke amazwe engangizihlakazele kuwo,+ futhi ngiyozibuyisela edlelweni lazo,+ ngokuqinisekile ziyozala zande.+
3 Ngoba, “bheka! kuza izinsuku,” kusho uJehova, “futhi ngiyobutha abathunjiweyo babantu bami, u-Israyeli noJuda,”+ kusho uJehova, “ngiyobabuyisela ezweni engalinika okhokho babo, futhi ngokuqinisekile bayolithatha liphinde libe ngelabo.”’”+
28 “‘Bayokwazi ukuthi nginguJehova uNkulunkulu wabo, lapho ngibadingisela ezizweni futhi ngibaqoqela ezweni labo,+ ngingashiyi noyedwa wabo.+
3 “Ngoba, bheka! ngalezo zinsuku nangaleso sikhathi,+ lapho ngibuyisa abathunjiwe bakwaJuda nabaseJerusalema,+