2 AmaKhosi 25:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Washisa indlu kaJehova+ nendlu yenkosi+ nazo zonke izindlu zaseJerusalema;+ nezindlu zabo bonke abantu abakhulu wazishisa ngomlilo.+ Jeremiya 32:29 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 29 Futhi amaKhaledi alwa nalo muzi kumelwe angene okhele lo muzi ngomlilo futhi kumelwe awushise+ kanye nezindlu eziphezu kophahla abashunqisela uBhali kuzo umusi womhlatshelo futhi bathululele abanye onkulunkulu iminikelo yokuphuzwayo ngenjongo yokungicasula.’+ Jeremiya 38:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 Bonke omkakho namadodana akho bawakhiphela kumaKhaledi, wena ngokwakho ngeke uphunyuke esandleni sawo,+ kodwa uzobanjwa yisandla senkosi yaseBhabhiloni, futhi ngenxa yakho lo muzi uzoshiswa ngomlilo.”+ Jeremiya 39:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Indlu yenkosi nezindlu zabantu amaKhaledi azishisa ngomlilo,+ futhi izindonga zaseJerusalema azidiliza.+ Jeremiya 52:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Washisa indlu kaJehova+ nendlu yenkosi nazo zonke izindlu zaseJerusalema;+ nazo zonke izindlu ezinkulu wazishisa ngomlilo.+
9 Washisa indlu kaJehova+ nendlu yenkosi+ nazo zonke izindlu zaseJerusalema;+ nezindlu zabo bonke abantu abakhulu wazishisa ngomlilo.+
29 Futhi amaKhaledi alwa nalo muzi kumelwe angene okhele lo muzi ngomlilo futhi kumelwe awushise+ kanye nezindlu eziphezu kophahla abashunqisela uBhali kuzo umusi womhlatshelo futhi bathululele abanye onkulunkulu iminikelo yokuphuzwayo ngenjongo yokungicasula.’+
23 Bonke omkakho namadodana akho bawakhiphela kumaKhaledi, wena ngokwakho ngeke uphunyuke esandleni sawo,+ kodwa uzobanjwa yisandla senkosi yaseBhabhiloni, futhi ngenxa yakho lo muzi uzoshiswa ngomlilo.”+
8 Indlu yenkosi nezindlu zabantu amaKhaledi azishisa ngomlilo,+ futhi izindonga zaseJerusalema azidiliza.+
13 Washisa indlu kaJehova+ nendlu yenkosi nazo zonke izindlu zaseJerusalema;+ nazo zonke izindlu ezinkulu wazishisa ngomlilo.+