Jeremiya 32:29 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 29 Futhi amaKhaledi alwa nalo muzi kumelwe angene okhele lo muzi ngomlilo futhi kumelwe awushise+ kanye nezindlu eziphezu kophahla abashunqisela uBhali kuzo umusi womhlatshelo futhi bathululele abanye onkulunkulu iminikelo yokuphuzwayo ngenjongo yokungicasula.’+ Jeremiya 34:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 “‘Bhekani ngiyayala,’ kusho uJehova, ‘futhi ngokuqinisekile ngiyowabuyisa kulo muzi,+ futhi ayolwa nawo awuthumbe awushise ngomlilo;+ futhi imizi yakwaJuda ngiyoyenza ibe yihlane eliyincithakalo elingakhiwe muntu.’”+ Jeremiya 38:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 Bonke omkakho namadodana akho bawakhiphela kumaKhaledi, wena ngokwakho ngeke uphunyuke esandleni sawo,+ kodwa uzobanjwa yisandla senkosi yaseBhabhiloni, futhi ngenxa yakho lo muzi uzoshiswa ngomlilo.”+ Jeremiya 39:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Indlu yenkosi nezindlu zabantu amaKhaledi azishisa ngomlilo,+ futhi izindonga zaseJerusalema azidiliza.+
29 Futhi amaKhaledi alwa nalo muzi kumelwe angene okhele lo muzi ngomlilo futhi kumelwe awushise+ kanye nezindlu eziphezu kophahla abashunqisela uBhali kuzo umusi womhlatshelo futhi bathululele abanye onkulunkulu iminikelo yokuphuzwayo ngenjongo yokungicasula.’+
22 “‘Bhekani ngiyayala,’ kusho uJehova, ‘futhi ngokuqinisekile ngiyowabuyisa kulo muzi,+ futhi ayolwa nawo awuthumbe awushise ngomlilo;+ futhi imizi yakwaJuda ngiyoyenza ibe yihlane eliyincithakalo elingakhiwe muntu.’”+
23 Bonke omkakho namadodana akho bawakhiphela kumaKhaledi, wena ngokwakho ngeke uphunyuke esandleni sawo,+ kodwa uzobanjwa yisandla senkosi yaseBhabhiloni, futhi ngenxa yakho lo muzi uzoshiswa ngomlilo.”+
8 Indlu yenkosi nezindlu zabantu amaKhaledi azishisa ngomlilo,+ futhi izindonga zaseJerusalema azidiliza.+