Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Duteronomi 32:21
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 21 Bona, bangivusele isikhwele ngalokho okungeyena unkulunkulu;+

      Bangikhathazile ngezithombe zabo eziyize;+

      Mina, ngizobavusela isikhwele ngalokho okungesona isizwe;+

      Ngizobacasula ngesizwe esiyisiwula.+

  • Jeremiya 2:11
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 11 Ingabe isizwe sike sibenane yini onkulunkulu+ ngalabo abangebona onkulunkulu?+ Kodwa abantu bami baye benana inkazimulo yami ngalokho okungazuzisi.+

  • 1 Korinte 8:4
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 4 Ngokuphathelene nokudla+ ukudla okunikelwe ezithombeni, siyazi ukuthi isithombe asilutho+ ezweni, nokuthi akukho Nkulunkulu ngaphandle koyedwa.+

  • Galathiya 4:8
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 8 Noma kunjalo, lapho ningamazi uNkulunkulu,+ yingaleso sikhathi lapho naba khona yizigqila zalabo abangebona onkulunkulu ngokwemvelo.+

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela