Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Duteronomi 28:49
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 49 “UJehova uyokuvusela isizwe esikude,+ esivela emkhawulweni womhlaba, njengokubhozomela kokhozi,+ isizwe esilulimi lwaso ungeke uluqonde,+

  • Jeremiya 1:15
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 15 Ngoba ‘bheka ngibiza yonke imindeni yemibuso yasenyakatho,’ kusho uJehova;+ ‘ngokuqinisekile izofika ibeke yilowo nalowo isihlalo sawo sobukhosi emnyango wamasango aseJerusalema,+ futhi simelane nazo zonke izindonga zalo nxazonke nayo yonke imizi yakwaJuda.+

  • Jeremiya 4:16
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 16 Khulumani ngakho, yebo ezizweni. Kumemezeleni loku ngokumelene neJerusalema.”

      “Kuza abalindi bevela ezweni elikude,+ futhi bayozwakalisa izwi labo ngokumelene nayo kanye imizi yakwaJuda.

  • Jeremiya 25:9
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 9 bhekani ngiyathuma futhi ngizothatha yonke imindeni yasenyakatho,”+ kusho uJehova, “yebo ngithumela kuNebukhadirezari inkosi yaseBhabhiloni, inceku yami,+ futhi ngizoyiletha ngokumelene naleli zwe+ nangokumelene nabakhileyo kulo nangokumelene nazo zonke lezi zizwe ezinxazonke;+ ngizobanikela ekubhujisweni ngibenze babe yinto eshaqisayo nento yokushayelwa ikhwelo+ nezindawo ezibhuqiwe kuze kube nini nanini.+

  • Hezekeli 7:24
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 24 Ngiyoletha ababi kunabo bonke bezizwe,+ futhi bayothatha izindlu zabo zibe ngezabo,+ futhi ngiyobangela ukuba ukuziqhenya kwabanamandla kuphele,+ nezindlu zabo ezingcwele ziyongcoliswa.+

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela