1 AmaKhosi 18:46 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 46 Sona kanye isandla sikaJehova saba phezu kuka-Eliya,+ wabopha ukhalo lwakhe+ wagijima ngaphambi kuka-Ahabi yonke leyo ndlela elibangise eJizreyeli.+ 2 AmaKhosi 4:29 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 29 Masinyane wathi kuGehazi:+ “Bopha izinkalo zakho+ uthathe udondolo lwami+ ngesandla sakho uhambe. Uma kwenzeka unqwamana nomuntu, ungambingeleli;+ futhi uma kwenzeka umuntu ekubingelela, ungamphenduli. Kumelwe ubeke udondolo lwami ebusweni bomfana.”+ 2 AmaKhosi 9:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 U-Elisha umprofethi yena, wabiza enye yamadodana+ abaprofethi wayesethi kuyo: “Bopha izinkalo+ zakho uphathe lo mfuma+ wamafutha ngesandla sakho uye eRamoti-gileyadi.+ Jobe 38:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Ngicela ubophe izinkalo zakho, njengendoda enamandla,Mangikubuze, wena ungazise.+ Luka 12:37 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 37 Ziyajabula lezo zinceku okuthi lapho inkosi ifika izithole zilindile!+ Ngiqinisile ngithi kini, iyobhinca+ futhi izicele ukuba zihlale etafuleni ize eceleni kwazo izikhonze.+ 1 Petru 1:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Ngakho bhukulani izingqondo zenu ngenjongo yokusebenza,+ hlalani nisanguluké ngokuphelele;+ bekani ithemba lenu emseni ongafanelwe+ oyolethwa kini ekwambulweni+ kukaJesu Kristu.
46 Sona kanye isandla sikaJehova saba phezu kuka-Eliya,+ wabopha ukhalo lwakhe+ wagijima ngaphambi kuka-Ahabi yonke leyo ndlela elibangise eJizreyeli.+
29 Masinyane wathi kuGehazi:+ “Bopha izinkalo zakho+ uthathe udondolo lwami+ ngesandla sakho uhambe. Uma kwenzeka unqwamana nomuntu, ungambingeleli;+ futhi uma kwenzeka umuntu ekubingelela, ungamphenduli. Kumelwe ubeke udondolo lwami ebusweni bomfana.”+
9 U-Elisha umprofethi yena, wabiza enye yamadodana+ abaprofethi wayesethi kuyo: “Bopha izinkalo+ zakho uphathe lo mfuma+ wamafutha ngesandla sakho uye eRamoti-gileyadi.+
37 Ziyajabula lezo zinceku okuthi lapho inkosi ifika izithole zilindile!+ Ngiqinisile ngithi kini, iyobhinca+ futhi izicele ukuba zihlale etafuleni ize eceleni kwazo izikhonze.+
13 Ngakho bhukulani izingqondo zenu ngenjongo yokusebenza,+ hlalani nisanguluké ngokuphelele;+ bekani ithemba lenu emseni ongafanelwe+ oyolethwa kini ekwambulweni+ kukaJesu Kristu.