AbaHluleli 20:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Ngakho ngabamba isancinza sami ngasihlahlela ngasithumela kuzo zonke izinkalo zefa+ lika-Israyeli, ngoba babenzé ukuziphatha okuxekethile+ nobuwula obuyichilo kwa-Israyeli.+ IHubo 26:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Abazandla zabo zinokuziphatha okubi,+Nabasandla sabo sokunene sigcwele ukufumbathisa.+ IzAga 10:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 Koyisiphukuphuku ukuqhuba ukuziphatha okubi kunjengomdlalo,+ kodwa ukuhlakanipha kungokomuntu onokuqonda.+ Jeremiya 13:27 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 27 izenzo zakho zokuphinga+ nokuyiyiza kwakho,+ ukuziphatha kwakho okubi ngobufebe. Emagqumeni, endle, ngizibonile izinengiso zakho.+ Maye kuwe Jerusalema! Awukwazi ukuba ohlanzekile+—ngemva kwesikhathi eside kangakanani?”+ Hezekeli 16:27 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 27 Bheka! Nakanjani ngizokwelula isandla sami simelane nawe+ futhi ngizosinciphisa isabelo+ sakho ngikunikele esifisweni somphefumulo+ sabesifazane abakuzondayo,+ amadodakazi amaFilisti,+ abesifazane abalulaziwe ngenxa yendlela yakho ngokuqondene nokuziphatha okubi.+ 2 Petru 2:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 futhi akhulula uLoti olungileyo,+ owayecindezeleke kakhulu ngokuzitika kwabantu abadelela umthetho ekuziphatheni okubi+—
6 Ngakho ngabamba isancinza sami ngasihlahlela ngasithumela kuzo zonke izinkalo zefa+ lika-Israyeli, ngoba babenzé ukuziphatha okuxekethile+ nobuwula obuyichilo kwa-Israyeli.+
23 Koyisiphukuphuku ukuqhuba ukuziphatha okubi kunjengomdlalo,+ kodwa ukuhlakanipha kungokomuntu onokuqonda.+
27 izenzo zakho zokuphinga+ nokuyiyiza kwakho,+ ukuziphatha kwakho okubi ngobufebe. Emagqumeni, endle, ngizibonile izinengiso zakho.+ Maye kuwe Jerusalema! Awukwazi ukuba ohlanzekile+—ngemva kwesikhathi eside kangakanani?”+
27 Bheka! Nakanjani ngizokwelula isandla sami simelane nawe+ futhi ngizosinciphisa isabelo+ sakho ngikunikele esifisweni somphefumulo+ sabesifazane abakuzondayo,+ amadodakazi amaFilisti,+ abesifazane abalulaziwe ngenxa yendlela yakho ngokuqondene nokuziphatha okubi.+
7 futhi akhulula uLoti olungileyo,+ owayecindezeleke kakhulu ngokuzitika kwabantu abadelela umthetho ekuziphatheni okubi+—