Duteronomi 28:48 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 48 Futhi kuyomelwe ukuba ukhonze izitha zakho+ uJehova ayozithumela kuwe ngendlala,+ ngokoma, ngokuhamba-ze nangokuswela yonke into; ngokuqinisekile uyobeka ijoka lensimbi entanyeni yakho kuze kube yilapho esekubhuqile.+ Jeremiya 17:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Ngokuqinisekile iyoba njengomuthi omi wodwa ethafeni eliwugwadule futhi ngeke ikubone okuhle lapho kuza;+ kodwa iyohlala ezindaweni ezigangathekile ehlane, ezweni likasawoti elingahlalwa muntu.+ Jeremiya 52:27 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 27 Futhi laba inkosi yaseBhabhiloni yabashaya+ yababulala eRibila+ ezweni laseHamati.+ Kanjalo uJuda wasuka ezweni lakhe waya ekudingisweni.+
48 Futhi kuyomelwe ukuba ukhonze izitha zakho+ uJehova ayozithumela kuwe ngendlala,+ ngokoma, ngokuhamba-ze nangokuswela yonke into; ngokuqinisekile uyobeka ijoka lensimbi entanyeni yakho kuze kube yilapho esekubhuqile.+
6 Ngokuqinisekile iyoba njengomuthi omi wodwa ethafeni eliwugwadule futhi ngeke ikubone okuhle lapho kuza;+ kodwa iyohlala ezindaweni ezigangathekile ehlane, ezweni likasawoti elingahlalwa muntu.+
27 Futhi laba inkosi yaseBhabhiloni yabashaya+ yababulala eRibila+ ezweni laseHamati.+ Kanjalo uJuda wasuka ezweni lakhe waya ekudingisweni.+