Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Duteronomi 33:2
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 2 Wathi:

      “UJehova—weza evela eSinayi,+

      Wabaneka phezu kwabo eseSeyiri.+

      Wakhanya esesifundeni sezintaba sasePharanu,+

      Kanye naye kwakukhona amashumi ezinkulungwane ezingcwele,+

      Ngasesandleni sakhe sokunene kukhona amaqhawe azo.+

  • IHubo 89:7
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    •  7 UNkulunkulu kumelwe abhekwe ngokuthuthumela phakathi kweqembu elisondelene labangcwele;+

      Mkhulu futhi uyesabeka phezu kwabo bonke abamzungezile.+

  • Daniyeli 8:13
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 13 Ngezwa othile ongcwele+ ekhuluma, nomunye ongcwele wathi kulo owayekhuluma: “Uyothatha isikhathi esingakanani umbono wesici esihlala sikhona+ noweseqo esibangela incithakalo,+ ukuze kokubili indawo engcwele nebutho kwenziwe izinto zokunyathelwa?”+

  • Mathewu 18:10
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 10 Qaphelani ukuba nina madoda ningadeleli noyedwa walaba abancane; ngoba ngiyanitshela ngithi izingelosi zabo+ ezulwini zibubona ngaso sonke isikhathi ubuso bukaBaba osezulwini.+

  • Luka 4:34
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 34 “Maye! Senzeni kuwe,+ Jesu mNazaretha?+ Ingabe uzele ukusibhubhisa? Ngazi+ kahle ukuthi ungubani, ungoNgcwele kaNkulunkulu.”+

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela