IHubo 111:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Ukwesaba uJehova kungukuqala kokuhlakanipha.+ש [Sin]Bonke abayenzayo banokuqondisisa okuhle.+ת [Taw]Udumo lwakhe lumi kuze kube phakade.+ IzAga 3:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 kanjalo uthole umusa nokuqondisisa okuhle emehlweni kaNkulunkulu nawomuntu wasemhlabeni.+ Daniyeli 11:33 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 33 Labo abanokuqondisisa+ phakathi kwabantu, bayodlulisela ukuqonda kwabaningi.+ Ngokuqinisekile bayokhutshekiswa ngenkemba nangelangabi, ngokuthunjwa nangokuphangwa,+ izinsuku ezithile. Daniyeli 12:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 “Abanokuqondisisa bayokhanya njengokukhanya komkhathi;+ nalabo abaletha abaningi ekulungeni,+ njengezinkanyezi kuze kube nini nanini, yebo kuze kube phakade. 1 Johane 5:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 Kodwa siyazi ukuthi iNdodana kaNkulunkulu ifikile,+ futhi isiniké amandla engqondo+ ukuze sizuze ulwazi ngalowo weqiniso.+ Simunye+ nalowo weqiniso, ngeNdodana yakhe uJesu Kristu. Lo unguNkulunkulu weqiniso+ nokuphila okuphakade.+
10 Ukwesaba uJehova kungukuqala kokuhlakanipha.+ש [Sin]Bonke abayenzayo banokuqondisisa okuhle.+ת [Taw]Udumo lwakhe lumi kuze kube phakade.+
33 Labo abanokuqondisisa+ phakathi kwabantu, bayodlulisela ukuqonda kwabaningi.+ Ngokuqinisekile bayokhutshekiswa ngenkemba nangelangabi, ngokuthunjwa nangokuphangwa,+ izinsuku ezithile.
3 “Abanokuqondisisa bayokhanya njengokukhanya komkhathi;+ nalabo abaletha abaningi ekulungeni,+ njengezinkanyezi kuze kube nini nanini, yebo kuze kube phakade.
20 Kodwa siyazi ukuthi iNdodana kaNkulunkulu ifikile,+ futhi isiniké amandla engqondo+ ukuze sizuze ulwazi ngalowo weqiniso.+ Simunye+ nalowo weqiniso, ngeNdodana yakhe uJesu Kristu. Lo unguNkulunkulu weqiniso+ nokuphila okuphakade.+