Hoseya 4:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 Nakuba ufeba, Israyeli,+ uJuda makangabi necala,+ futhi nina maningezi eGiligali,+ futhi ningakhuphukeli eBheti-Aveni+ noma nifunge nithi ‘Kuphila kukaJehova!’+ Hoseya 12:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 “Kwenzeké okungaqondakali,+ nokungelona iqiniso+ ngeGileyadi. Benzé umhlatshelo ngisho nangezinkunzi eGiligali.+ Ngaphezu kwalokho, ama-altare abo anjengezinqwaba zamatshe emiseleni yensimu engabiyelwe.+ Amose 5:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Ningalifuni iBhethele,+ futhi akumelwe nize eGiligali,+ futhi akumelwe niwelele+ eBheri-sheba; ngoba iGiligali ngokwalo nakanjani liyoya ekudingisweni;+ kanti iBhethele, liyoba yinto engaqondakaliyo.+
15 Nakuba ufeba, Israyeli,+ uJuda makangabi necala,+ futhi nina maningezi eGiligali,+ futhi ningakhuphukeli eBheti-Aveni+ noma nifunge nithi ‘Kuphila kukaJehova!’+
11 “Kwenzeké okungaqondakali,+ nokungelona iqiniso+ ngeGileyadi. Benzé umhlatshelo ngisho nangezinkunzi eGiligali.+ Ngaphezu kwalokho, ama-altare abo anjengezinqwaba zamatshe emiseleni yensimu engabiyelwe.+
5 Ningalifuni iBhethele,+ futhi akumelwe nize eGiligali,+ futhi akumelwe niwelele+ eBheri-sheba; ngoba iGiligali ngokwalo nakanjani liyoya ekudingisweni;+ kanti iBhethele, liyoba yinto engaqondakaliyo.+