2 AmaKhosi 17:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Ngonyaka wesishiyagalolunye kaHosheya, inkosi yase-Asiriya yathumba iSamariya+ yase ihola u-Israyeli yamyisa ekudingisweni+ e-Asiriya yamgcina ehlala eHala+ naseHabori emfuleni iGozani+ nasemizini yamaMede.+ Hoseya 9:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 “Bonke ububi babo babuseGiligali,+ ngoba kwadingeka ukuba ngibazonde lapho.+ Ngenxa yobubi bezenzo zabo ngizobaxosha endlini yami.+ Ngeke ngiqhubeke ngibathanda.+ Zonke izikhulu zabo zenza ngenkani.+
6 Ngonyaka wesishiyagalolunye kaHosheya, inkosi yase-Asiriya yathumba iSamariya+ yase ihola u-Israyeli yamyisa ekudingisweni+ e-Asiriya yamgcina ehlala eHala+ naseHabori emfuleni iGozani+ nasemizini yamaMede.+
15 “Bonke ububi babo babuseGiligali,+ ngoba kwadingeka ukuba ngibazonde lapho.+ Ngenxa yobubi bezenzo zabo ngizobaxosha endlini yami.+ Ngeke ngiqhubeke ngibathanda.+ Zonke izikhulu zabo zenza ngenkani.+