Isaya 35:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Ngokuqinisekile kuyoba khona umgwaqo omkhulu+ lapho, yebo indlela; iyobizwa ngokuthi iNdlela Yobungcwele.+ Ongahlanzekile ngeke adlule kuyo.+ Iyoba eyalowo ohamba kule ndlela, abekho abayiziwula abayozulazula kuyo. Isaya 60:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 “Ngeke kuphinde kuzwakale ubudlova ezweni lakho, ukuphanga noma ukubhidliza phakathi kwemingcele yakho.+ Ngokuqinisekile uyobiza izindonga zakho ngokuthi iNsindiso+ namasango akho ngokuthi iNdumiso. Nahume 1:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 “Bheka! Phezu kwezintaba izinyawo zoletha izindaba ezinhle, omemezela ukuthula.+ O Juda, gubha imikhosi yakho.+ Gcwalisa izifungo zakho;+ ngoba umuntu ongelusizo lwalutho ngeke aphinde adabule kuwe.+ Nakanjani uyonqunywa aphele.”+ Zakariya 14:21 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 21 Zonke izimbiza zokupheka ezinomlomo obanzi eJerusalema nakwaJuda ziyoba yinto engcwele engekaJehova wamabutho, futhi bonke labo abenza imihlatshelo bayongena bathathe kuzo futhi babilise ngazo.+ Ngeke kuphinde kube nomKhanani+ endlini kaJehova wamabutho ngalolo suku.”+ IsAmbulo 21:27 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 27 Kodwa noma yini engengcwele nanoma ubani oqhubeka enza isinengiso+ namanga+ akayikungena kuwo+ nangayiphi indlela; kuyongena+ kuphela labo abalotshwe emqulwini wokuphila weWundlu.
8 Ngokuqinisekile kuyoba khona umgwaqo omkhulu+ lapho, yebo indlela; iyobizwa ngokuthi iNdlela Yobungcwele.+ Ongahlanzekile ngeke adlule kuyo.+ Iyoba eyalowo ohamba kule ndlela, abekho abayiziwula abayozulazula kuyo.
18 “Ngeke kuphinde kuzwakale ubudlova ezweni lakho, ukuphanga noma ukubhidliza phakathi kwemingcele yakho.+ Ngokuqinisekile uyobiza izindonga zakho ngokuthi iNsindiso+ namasango akho ngokuthi iNdumiso.
15 “Bheka! Phezu kwezintaba izinyawo zoletha izindaba ezinhle, omemezela ukuthula.+ O Juda, gubha imikhosi yakho.+ Gcwalisa izifungo zakho;+ ngoba umuntu ongelusizo lwalutho ngeke aphinde adabule kuwe.+ Nakanjani uyonqunywa aphele.”+
21 Zonke izimbiza zokupheka ezinomlomo obanzi eJerusalema nakwaJuda ziyoba yinto engcwele engekaJehova wamabutho, futhi bonke labo abenza imihlatshelo bayongena bathathe kuzo futhi babilise ngazo.+ Ngeke kuphinde kube nomKhanani+ endlini kaJehova wamabutho ngalolo suku.”+
27 Kodwa noma yini engengcwele nanoma ubani oqhubeka enza isinengiso+ namanga+ akayikungena kuwo+ nangayiphi indlela; kuyongena+ kuphela labo abalotshwe emqulwini wokuphila weWundlu.