Mika 7:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Nesitha sami siyobona, futhi amahloni ayosemboza,+ sona esasithi kimi: “Uphi uJehova uNkulunkulu wakho?”+ Amehlo ami ayosibuka.+ Manje sizoba yindawo yokubhudulwa, njengodaka lwezitaladi.+ Zakariya 2:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Ngoba bheka ngiyabasikaza ngesandla sami,+ futhi kuyomelwe babe yimpango ezigqileni zabo.’+ Nina niyokwazi ngokuqinisekile ukuthi uJehova wamabutho ungithumile.+ Roma 8:33 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 33 Ubani ongamangalela abakhethiweyo bakaNkulunkulu?+ UNkulunkulu nguYe othi balungile.+
10 Nesitha sami siyobona, futhi amahloni ayosemboza,+ sona esasithi kimi: “Uphi uJehova uNkulunkulu wakho?”+ Amehlo ami ayosibuka.+ Manje sizoba yindawo yokubhudulwa, njengodaka lwezitaladi.+
9 Ngoba bheka ngiyabasikaza ngesandla sami,+ futhi kuyomelwe babe yimpango ezigqileni zabo.’+ Nina niyokwazi ngokuqinisekile ukuthi uJehova wamabutho ungithumile.+