Isaya 60:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 “Inkazimulo yeLebhanoni iyoza kuwe, umjunipha, umthidari nomsayipuresi ngasikhathi sinye,+ ukuze kuyenze ibe nhle indawo yendlu yami engcwele;+ futhi ngiyoyikhazimulisa indawo yezinyawo zami.+ Isaya 66:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Ngoba yilokhu uJehova akushilo: “Bheka ngidlulisela ukuthula kulo njengomfula+ nenkazimulo yezizwe njengesifufula esikhukhulayo,+ futhi ngokuqinisekile niyoncela.+ Niyothwalwa ohlangothini, niwotwe emadolweni.+ Zakariya 2:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Mina ngizoba udonga lomlilo nxazonke zalo,+ futhi ngibe inkazimulo phakathi kwalo,”’”+ kusho uJehova.
13 “Inkazimulo yeLebhanoni iyoza kuwe, umjunipha, umthidari nomsayipuresi ngasikhathi sinye,+ ukuze kuyenze ibe nhle indawo yendlu yami engcwele;+ futhi ngiyoyikhazimulisa indawo yezinyawo zami.+
12 Ngoba yilokhu uJehova akushilo: “Bheka ngidlulisela ukuthula kulo njengomfula+ nenkazimulo yezizwe njengesifufula esikhukhulayo,+ futhi ngokuqinisekile niyoncela.+ Niyothwalwa ohlangothini, niwotwe emadolweni.+
5 Mina ngizoba udonga lomlilo nxazonke zalo,+ futhi ngibe inkazimulo phakathi kwalo,”’”+ kusho uJehova.