Numeri 27:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 ezophuma phambi kwayo futhi ingene phambi kwayo nezoyikhipha futhi iyingenise,+ ukuze inhlangano kaJehova ingabi njengezimvu ezingenamalusi.”+ 1 AmaKhosi 22:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 Ngakho wathi: “Ngokuqinisekile ngibona wonke ama-Israyeli ehlakazekile+ ezintabeni, njengezimvu ezingenamalusi.+ UJehova waqhubeka wathi: ‘Laba abanawo amakhosi. Mababuyele emuva yilowo nalowo endlini yakhe ngokuthula.’”+ Hezekeli 34:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Kancane kancane zahlakazeka ngenxa yokungabi khona kukamalusi,+ kangangokuthi zaba ukudla kwazo zonke izilo zasendle, zaqhubeka zihlakazekile.+ Marku 6:34 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 34 Nokho, lapho ehla wabona isixuku esikhulu, kodwa waba nesihawu+ ngaso, ngoba sasinjengezimvu ezingenamalusi.+ Wasifundisa izinto eziningi.+
17 ezophuma phambi kwayo futhi ingene phambi kwayo nezoyikhipha futhi iyingenise,+ ukuze inhlangano kaJehova ingabi njengezimvu ezingenamalusi.”+
17 Ngakho wathi: “Ngokuqinisekile ngibona wonke ama-Israyeli ehlakazekile+ ezintabeni, njengezimvu ezingenamalusi.+ UJehova waqhubeka wathi: ‘Laba abanawo amakhosi. Mababuyele emuva yilowo nalowo endlini yakhe ngokuthula.’”+
5 Kancane kancane zahlakazeka ngenxa yokungabi khona kukamalusi,+ kangangokuthi zaba ukudla kwazo zonke izilo zasendle, zaqhubeka zihlakazekile.+
34 Nokho, lapho ehla wabona isixuku esikhulu, kodwa waba nesihawu+ ngaso, ngoba sasinjengezimvu ezingenamalusi.+ Wasifundisa izinto eziningi.+