Mathewu 12:34 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 34 Nzalo yezinyoka,+ ningazikhuluma kanjani izinto ezinhle, nibe nibabi?+ Ngoba umlomo ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.+ Marku 7:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 Akukho lutho oluvela ngaphandle komuntu ludlulele ngaphakathi kuye olungamngcolisa; kodwa izinto eziphuma kumuntu yizo ezimngcolisayo umuntu.”+ Efesu 4:29 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 29 Makungaphumi lizwi elibolile emilonyeni yenu,+ kodwa noma yiliphi izwi elakhayo kuye ngokwesidingo, ukuze lidlulisele okuhle kwabezwayo.+ 1 Thimothewu 4:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Isizathu salokhu siwukuthi yonke indalo kaNkulunkulu yinhle,+ futhi akukho lutho okumelwe lwaliwe+ uma lwamukelwa ngokubonga,+ Jakobe 3:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Ulimi-ke luwumlilo.+ Ulimi luyizwe lokungalungi phakathi kwamalungu ethu, ngoba lubeka amabala kuwo wonke umzimba+ futhi lokhela isondo lokuphila kwemvelo futhi lokhelwa iGehena.
34 Nzalo yezinyoka,+ ningazikhuluma kanjani izinto ezinhle, nibe nibabi?+ Ngoba umlomo ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.+
15 Akukho lutho oluvela ngaphandle komuntu ludlulele ngaphakathi kuye olungamngcolisa; kodwa izinto eziphuma kumuntu yizo ezimngcolisayo umuntu.”+
29 Makungaphumi lizwi elibolile emilonyeni yenu,+ kodwa noma yiliphi izwi elakhayo kuye ngokwesidingo, ukuze lidlulisele okuhle kwabezwayo.+
4 Isizathu salokhu siwukuthi yonke indalo kaNkulunkulu yinhle,+ futhi akukho lutho okumelwe lwaliwe+ uma lwamukelwa ngokubonga,+
6 Ulimi-ke luwumlilo.+ Ulimi luyizwe lokungalungi phakathi kwamalungu ethu, ngoba lubeka amabala kuwo wonke umzimba+ futhi lokhela isondo lokuphila kwemvelo futhi lokhelwa iGehena.