Eksodusi 20:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 “Ungafisi indlu yomunye umuntu. Ungafisi umfazi womunye umuntu,+ noma isigqila sakhe noma isigqilakazi sakhe noma inkomo yakhe noma imbongolo yakhe nanoma yini engeyomunye umuntu.”+ Duteronomi 5:21 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 21 “‘Ungafisi umfazi+ womunye umuntu. Unganxaneli ngobugovu indlu yomunye umuntu, insimu yakhe noma isigqila sakhe noma isigqilakazi sakhe, inkomo yakhe noma imbongolo yakhe noma yini engeyomunye umuntu.’+ IzAga 28:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Umholi oswele ukuqonda okuyikho uvame nemikhuba yokuphamba,+ kodwa ozonda inzuzo engalungile+ uyokwelula izinsuku zakhe. Kolose 3:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Ngakho-ke, bulalani+ amalungu+ emizimba yenu asemhlabeni ngokuqondene nobufebe, ukungcola, isifiso sobulili,+ isifiso esilimazayo, nokuhaha,+ okuwukukhonza izithombe.
17 “Ungafisi indlu yomunye umuntu. Ungafisi umfazi womunye umuntu,+ noma isigqila sakhe noma isigqilakazi sakhe noma inkomo yakhe noma imbongolo yakhe nanoma yini engeyomunye umuntu.”+
21 “‘Ungafisi umfazi+ womunye umuntu. Unganxaneli ngobugovu indlu yomunye umuntu, insimu yakhe noma isigqila sakhe noma isigqilakazi sakhe, inkomo yakhe noma imbongolo yakhe noma yini engeyomunye umuntu.’+
16 Umholi oswele ukuqonda okuyikho uvame nemikhuba yokuphamba,+ kodwa ozonda inzuzo engalungile+ uyokwelula izinsuku zakhe.
5 Ngakho-ke, bulalani+ amalungu+ emizimba yenu asemhlabeni ngokuqondene nobufebe, ukungcola, isifiso sobulili,+ isifiso esilimazayo, nokuhaha,+ okuwukukhonza izithombe.