Mathewu 6:24 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 24 “Akekho ongakhonza amakhosi amabili; ngoba uyozonda enye athande enye,+ noma anamathele kwenye, adelele enye. Anikwazi ukuba yizikhonzi zikaNkulunkulu nezeNgcebo.+ Luka 8:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Kepha leyo eyawela emeveni, iyilabo abaye bezwa, kodwa, ngokuthathwa izinkathazo nengcebo nenjabulo+ yalokhu kuphila, baminyaniswa ngokuphelele futhi abaphelelisi+ lutho. 1 Thimothewu 6:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Nokho, labo abazimisele ngokuceba bawela esilingweni+ nasogibeni nasezifisweni+ eziningi ezingenangqondo nezilimazayo, eziphonsa abantu ekubhujisweni nasencithakalweni.+ 2 Thimothewu 4:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Ngoba uDema+ ungishiyile ngoba ethanda isimiso+ samanje sezinto, waya eThesalonika; uKreske eGalathiya,+ uThithu eDalmathiya.
24 “Akekho ongakhonza amakhosi amabili; ngoba uyozonda enye athande enye,+ noma anamathele kwenye, adelele enye. Anikwazi ukuba yizikhonzi zikaNkulunkulu nezeNgcebo.+
14 Kepha leyo eyawela emeveni, iyilabo abaye bezwa, kodwa, ngokuthathwa izinkathazo nengcebo nenjabulo+ yalokhu kuphila, baminyaniswa ngokuphelele futhi abaphelelisi+ lutho.
9 Nokho, labo abazimisele ngokuceba bawela esilingweni+ nasogibeni nasezifisweni+ eziningi ezingenangqondo nezilimazayo, eziphonsa abantu ekubhujisweni nasencithakalweni.+
10 Ngoba uDema+ ungishiyile ngoba ethanda isimiso+ samanje sezinto, waya eThesalonika; uKreske eGalathiya,+ uThithu eDalmathiya.