Mathewu 12:38 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 38 Khona-ke bemphendula abanye kubabhali nabaFarisi bathi kuye: “Mfundisi, sifuna ukubona isibonakaliso esivela kuwe.”+ Mathewu 16:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Lapha abaFarisi+ nabaSadusi beza kuye, futhi ukuze bamlinge, bamcela ukuba abavezele isibonakaliso esivela ezulwini.+ Johane 4:48 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 48 Nokho, uJesu wathi kuye: “Ngaphandle kokuba nibone izibonakaliso+ nezimangaliso+ anisoze nakholwa.” Johane 6:30 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 30 Ngakho-ke sathi kuye: “Khona-ke, yini oyenzayo njengesibonakaliso,+ ukuze sisibone futhi sikukholwe? Yimuphi umsebenzi owenzayo na?
38 Khona-ke bemphendula abanye kubabhali nabaFarisi bathi kuye: “Mfundisi, sifuna ukubona isibonakaliso esivela kuwe.”+
16 Lapha abaFarisi+ nabaSadusi beza kuye, futhi ukuze bamlinge, bamcela ukuba abavezele isibonakaliso esivela ezulwini.+
48 Nokho, uJesu wathi kuye: “Ngaphandle kokuba nibone izibonakaliso+ nezimangaliso+ anisoze nakholwa.”
30 Ngakho-ke sathi kuye: “Khona-ke, yini oyenzayo njengesibonakaliso,+ ukuze sisibone futhi sikukholwe? Yimuphi umsebenzi owenzayo na?