Eksodusi 18:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Kwathi ngosuku olulandelayo uMose wahlala phansi njengokujwayelekile ukuze akhonze njengomahluleli wabantu,+ abantu babelokhu bemile phambi kukaMose kusukela ekuseni kwaze kwahlwa. Mathewu 11:27 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 27 Zonke izinto zinikelwe kimi nguBaba,+ futhi akekho oyazi ngokugcwele iNdodana ngaphandle kukaYise,+ futhi akukho muntu omazi ngokugcwele uYise ngaphandle kweNdodana kanye nanoma ubani iNdodana ethanda ukumambula kuye.+ IzEnzo 10:42 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 42 Wasiyala ukuba sishumayele+ kubantu, sinikeze ubufakazi obuphelele bokuthi lo nguYe uNkulunkulu anquma ukuba abe umahluleli wabaphilayo nabafileyo.+ IzEnzo 17:31 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 31 Ngoba umise usuku ajonge ukwahlulela+ ngalo umhlaba owakhiwe ngokulunga ngomuntu ammisile, futhi unikeze isiqinisekiso kubo bonke abantu njengoba eye wamvusa+ kwabafileyo.” 2 Korinte 5:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Ngoba sonke kumelwe sibonakaliswe phambi kwesihlalo sokwahlulela sikaKristu,+ ukuze ngamunye athole umklomelo wakhe ngezinto ezenziwe ngomzimba, ngokwezinto azenzile, kungakhathaliseki ukuthi zinhle noma zimbi.+ 2 Thimothewu 4:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Ngiyakuyala nokukuyala phambi kukaNkulunkulu noKristu Jesu, omiselwe ukwahlulela+ abaphilayo nabafileyo,+ nangokubonakaliswa kwakhe+ nombuso wakhe,+
13 Kwathi ngosuku olulandelayo uMose wahlala phansi njengokujwayelekile ukuze akhonze njengomahluleli wabantu,+ abantu babelokhu bemile phambi kukaMose kusukela ekuseni kwaze kwahlwa.
27 Zonke izinto zinikelwe kimi nguBaba,+ futhi akekho oyazi ngokugcwele iNdodana ngaphandle kukaYise,+ futhi akukho muntu omazi ngokugcwele uYise ngaphandle kweNdodana kanye nanoma ubani iNdodana ethanda ukumambula kuye.+
42 Wasiyala ukuba sishumayele+ kubantu, sinikeze ubufakazi obuphelele bokuthi lo nguYe uNkulunkulu anquma ukuba abe umahluleli wabaphilayo nabafileyo.+
31 Ngoba umise usuku ajonge ukwahlulela+ ngalo umhlaba owakhiwe ngokulunga ngomuntu ammisile, futhi unikeze isiqinisekiso kubo bonke abantu njengoba eye wamvusa+ kwabafileyo.”
10 Ngoba sonke kumelwe sibonakaliswe phambi kwesihlalo sokwahlulela sikaKristu,+ ukuze ngamunye athole umklomelo wakhe ngezinto ezenziwe ngomzimba, ngokwezinto azenzile, kungakhathaliseki ukuthi zinhle noma zimbi.+
4 Ngiyakuyala nokukuyala phambi kukaNkulunkulu noKristu Jesu, omiselwe ukwahlulela+ abaphilayo nabafileyo,+ nangokubonakaliswa kwakhe+ nombuso wakhe,+