Johane 5:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 Ngoba uYise akahluleli muntu nhlobo, kodwa ukuphathise iNdodana+ konke ukwahlulela, IzEnzo 17:31 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 31 Ngoba umise usuku ajonge ukwahlulela+ ngalo umhlaba owakhiwe ngokulunga ngomuntu ammisile, futhi unikeze isiqinisekiso kubo bonke abantu njengoba eye wamvusa+ kwabafileyo.” Roma 14:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Ngoba uKristu wafa wabuye waphila ngenxa yale njongo,+ ukuze abe yiNkosi phezu kwabafileyo+ nabaphilayo.+ 2 Korinte 5:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Ngoba sonke kumelwe sibonakaliswe phambi kwesihlalo sokwahlulela sikaKristu,+ ukuze ngamunye athole umklomelo wakhe ngezinto ezenziwe ngomzimba, ngokwezinto azenzile, kungakhathaliseki ukuthi zinhle noma zimbi.+ 2 Thimothewu 4:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Ngiyakuyala nokukuyala phambi kukaNkulunkulu noKristu Jesu, omiselwe ukwahlulela+ abaphilayo nabafileyo,+ nangokubonakaliswa kwakhe+ nombuso wakhe,+ 1 Petru 4:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Kodwa laba bantu bayolandisa kulowo+ olungele ukwahlulela abaphilayo nabafileyo.+
31 Ngoba umise usuku ajonge ukwahlulela+ ngalo umhlaba owakhiwe ngokulunga ngomuntu ammisile, futhi unikeze isiqinisekiso kubo bonke abantu njengoba eye wamvusa+ kwabafileyo.”
9 Ngoba uKristu wafa wabuye waphila ngenxa yale njongo,+ ukuze abe yiNkosi phezu kwabafileyo+ nabaphilayo.+
10 Ngoba sonke kumelwe sibonakaliswe phambi kwesihlalo sokwahlulela sikaKristu,+ ukuze ngamunye athole umklomelo wakhe ngezinto ezenziwe ngomzimba, ngokwezinto azenzile, kungakhathaliseki ukuthi zinhle noma zimbi.+
4 Ngiyakuyala nokukuyala phambi kukaNkulunkulu noKristu Jesu, omiselwe ukwahlulela+ abaphilayo nabafileyo,+ nangokubonakaliswa kwakhe+ nombuso wakhe,+