Mathewu 14:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Manje lapho ephuma wabona isixuku esikhulu; wafikelwa isihawu+ ngaso, welapha abagulayo kuso.+ Marku 6:35 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 35 Manje isikhathi sase sihambile, abafundi bakhe beza kuye bathi: “Le ndawo isehlane, nesikhathi sesihambile.+ Luka 9:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Usuku lwase luthambama. Abayishumi nambili beza bathi kuye: “Simukise isixuku, ukuze singene emizaneni nasemaphandleni azungezile sizitholele indawo yokungenisa sithole nokudla, ngoba lapha sisendaweni engenabantu.”+
35 Manje isikhathi sase sihambile, abafundi bakhe beza kuye bathi: “Le ndawo isehlane, nesikhathi sesihambile.+
12 Usuku lwase luthambama. Abayishumi nambili beza bathi kuye: “Simukise isixuku, ukuze singene emizaneni nasemaphandleni azungezile sizitholele indawo yokungenisa sithole nokudla, ngoba lapha sisendaweni engenabantu.”+