2 AmaKhosi 4:44 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 44 Khona-ke wasibeka phambi kwabo, badla, kwaba khona nokubasalele ngokwezwi likaJehova.+ Marku 6:41 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 41 Ethatha manje lezo zinkwa ezinhlanu nezinhlanzi ezimbili wabheka phezulu ezulwini washo isibusiso,+ wahlephula+ izinkwa wazinika abafundi bakhe, ukuze bona bazinike abantu; wabahlukanisela bonke izinhlanzi ezimbili. Luka 9:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Khona-ke ethatha lezo zinkwa ezinhlanu nezinhlanzi ezimbili, wabheka phezulu ezulwini, wazibusisa futhi wazihlephula wazinika abafundi bakhe ukuba bazibeke phambi kwesixuku.+
41 Ethatha manje lezo zinkwa ezinhlanu nezinhlanzi ezimbili wabheka phezulu ezulwini washo isibusiso,+ wahlephula+ izinkwa wazinika abafundi bakhe, ukuze bona bazinike abantu; wabahlukanisela bonke izinhlanzi ezimbili.
16 Khona-ke ethatha lezo zinkwa ezinhlanu nezinhlanzi ezimbili, wabheka phezulu ezulwini, wazibusisa futhi wazihlephula wazinika abafundi bakhe ukuba bazibeke phambi kwesixuku.+