Mathewu 13:54 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 54 Ngemva kokuba esefike endaweni yakubo+ waqala ukubafundisa esinagogeni+ labo, kangangokuthi bakhexa futhi bathi: “Lo muntu ukuthathephi lokhu kuhlakanipha nale misebenzi yamandla? Marku 6:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Lapho kuba isabatha, wafundisa esinagogeni; abaningi kulabo ababelalele bakhexa bathi: “Lo muntu uzithathephi lezi zinto?+ Futhi kungani lo muntu enikwe lokhu kuhlakanipha, nemisebenzi yamandla enje yenzeka ngezandla zakhe? Luka 2:47 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 47 Kodwa bonke ababemlalele babelokhu bemangele ngenxa yokuqonda kwakhe nezimpendulo zakhe.+ IzEnzo 4:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Lapho bebona ukungagunci kukaPetru noJohane, futhi beqonda ukuthi bangabantu abangafundile nabavamile,+ bamangala. Babona ukuthi babenoJesu;+
54 Ngemva kokuba esefike endaweni yakubo+ waqala ukubafundisa esinagogeni+ labo, kangangokuthi bakhexa futhi bathi: “Lo muntu ukuthathephi lokhu kuhlakanipha nale misebenzi yamandla?
2 Lapho kuba isabatha, wafundisa esinagogeni; abaningi kulabo ababelalele bakhexa bathi: “Lo muntu uzithathephi lezi zinto?+ Futhi kungani lo muntu enikwe lokhu kuhlakanipha, nemisebenzi yamandla enje yenzeka ngezandla zakhe?
13 Lapho bebona ukungagunci kukaPetru noJohane, futhi beqonda ukuthi bangabantu abangafundile nabavamile,+ bamangala. Babona ukuthi babenoJesu;+