Genesise 15:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Wathi ku-Abrama: “Yazi ngokuqinisekile ukuthi inzalo yakho iyoba umfokazi ezweni elingelona elayo,+ futhi kuyomelwe ibakhonze, futhi ngokuqinisekile bayoyihlupha iminyaka engamakhulu amane.+ IHubo 39:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 O Jehova, yizwa umthandazo wami,Ubeke indlebe ekukhaleleni kwami usizo.+Ungathuli lapho ubona izinyembezi zami.+Ngoba mina ngingumfokazi nje kuwe,+Isifiki njengabo bonke okhokho bami.+ 1 Petru 2:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Bathandekayo, ngininxusa njengabafokazi nezakhamuzi zesikhashana+ ukuba niqhubeke nideda ezifisweni zenyama,+ okuyizo kanye ezilwa nomphefumulo.+
13 Wathi ku-Abrama: “Yazi ngokuqinisekile ukuthi inzalo yakho iyoba umfokazi ezweni elingelona elayo,+ futhi kuyomelwe ibakhonze, futhi ngokuqinisekile bayoyihlupha iminyaka engamakhulu amane.+
12 O Jehova, yizwa umthandazo wami,Ubeke indlebe ekukhaleleni kwami usizo.+Ungathuli lapho ubona izinyembezi zami.+Ngoba mina ngingumfokazi nje kuwe,+Isifiki njengabo bonke okhokho bami.+
11 Bathandekayo, ngininxusa njengabafokazi nezakhamuzi zesikhashana+ ukuba niqhubeke nideda ezifisweni zenyama,+ okuyizo kanye ezilwa nomphefumulo.+