Roma 8:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 Kungekhona lokho kuphela, kodwa nathi ngokwethu esinolibo,+ okuwukuthi, umoya, yebo, nathi ngokwethu siyabubula+ ngaphakathi kwethu, lapho silindele ngobuqotho ukutholwa njengabantwana,+ ukukhululwa emizimbeni yethu ngesihlengo. Kolose 1:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 esithola ngayo ukukhululwa ngesihlengo, ukuthethelelwa kwezono zethu.+ 1 Thimothewu 2:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 owazinikela waba yisihlengo esihambelanayo sabo bonke+—lokhu yilokho okuzofakazelwa ngezikhathi zako.
23 Kungekhona lokho kuphela, kodwa nathi ngokwethu esinolibo,+ okuwukuthi, umoya, yebo, nathi ngokwethu siyabubula+ ngaphakathi kwethu, lapho silindele ngobuqotho ukutholwa njengabantwana,+ ukukhululwa emizimbeni yethu ngesihlengo.
6 owazinikela waba yisihlengo esihambelanayo sabo bonke+—lokhu yilokho okuzofakazelwa ngezikhathi zako.