1 Korinte 15:58 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 58 Ngenxa yalokho, bazalwane abathandekayo, yibani ngabagxilile,+ abangenakunyakaziswa, ngaso sonke isikhathi ninokuningi kokukwenza emsebenzini weNkosi,+ nazi ukuthi umshikashika wenu awulona ize+ eNkosini. Hebheru 3:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Ngoba eqinisweni siba abahlanganyeli bakaKristu+ kuphela uma siqinisa ukubambelela kwethu ekuqinisekeni esasinakho ekuqaleni sikwenza kungaxegi kuze kube sekupheleni,+ 1 Petru 5:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Kodwa, ngemva kokuba senihluphekile isikhashana,+ uNkulunkulu wawo wonke umusa ongafanelwe, owanibizela enkazimulweni yakhe yaphakade+ emunye+ noKristu, yena ngokwakhe uyoqedela ukuqeqeshwa kwenu, uyonenza niqine,+ uyonenza nibe namandla.+
58 Ngenxa yalokho, bazalwane abathandekayo, yibani ngabagxilile,+ abangenakunyakaziswa, ngaso sonke isikhathi ninokuningi kokukwenza emsebenzini weNkosi,+ nazi ukuthi umshikashika wenu awulona ize+ eNkosini.
14 Ngoba eqinisweni siba abahlanganyeli bakaKristu+ kuphela uma siqinisa ukubambelela kwethu ekuqinisekeni esasinakho ekuqaleni sikwenza kungaxegi kuze kube sekupheleni,+
10 Kodwa, ngemva kokuba senihluphekile isikhashana,+ uNkulunkulu wawo wonke umusa ongafanelwe, owanibizela enkazimulweni yakhe yaphakade+ emunye+ noKristu, yena ngokwakhe uyoqedela ukuqeqeshwa kwenu, uyonenza niqine,+ uyonenza nibe namandla.+