Isaya 61:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 61 Umoya weNkosi EnguMbusi uJehova uphezu kwami,+ ngenxa yokuthi uJehova ungigcobile+ ukuba ngitshele abamnene izindaba ezinhle.+ Ungithumé ukuba ngibophe abanhliziyo zaphukileyo,+ ukuba ngimemezele inkululeko kulabo abathunjiwe+ nokuvulwa kakhulu kwamehlo ngisho naseziboshweni;+ Luka 3:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 nomoya ongcwele usesimweni sejuba, wehlela phezu kwakhe, kwavela izwi ezulwini lithi: “Wena uyiNdodana yami ethandekayo; ngikwamukele.”+ Luka 4:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 “Umoya kaJehova+ uphezu kwami, ngoba ungigcobile ukuba ngimemezele izindaba ezinhle kwabampofu, ungithumé ukuba ngishumayele ukukhululwa ezithunjweni nokuvulwa kwamehlo ezimpumputhe, ukuba ngimukise abachotshoziweyo bekhululiwe,+ IzEnzo 4:27 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 27 Noma kunjalo, bobabili uHerode noPontiyu Pilatu+ kanye nabantu bezizwe nabantu bakwa-Israyeli babuthana ngokoqobo kulo muzi bemelene nenceku yakho engcwele+ uJesu, owayigcoba,+ IzEnzo 10:38 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 38 okuyile, uJesu waseNazaretha, indlela uNkulunkulu amgcoba ngayo ngomoya ongcwele+ nangamandla, futhi wadabula izwe enza okuhle, ephulukisa bonke abacindezelwe uDeveli;+ ngoba uNkulunkulu wayenaye.+
61 Umoya weNkosi EnguMbusi uJehova uphezu kwami,+ ngenxa yokuthi uJehova ungigcobile+ ukuba ngitshele abamnene izindaba ezinhle.+ Ungithumé ukuba ngibophe abanhliziyo zaphukileyo,+ ukuba ngimemezele inkululeko kulabo abathunjiwe+ nokuvulwa kakhulu kwamehlo ngisho naseziboshweni;+
22 nomoya ongcwele usesimweni sejuba, wehlela phezu kwakhe, kwavela izwi ezulwini lithi: “Wena uyiNdodana yami ethandekayo; ngikwamukele.”+
18 “Umoya kaJehova+ uphezu kwami, ngoba ungigcobile ukuba ngimemezele izindaba ezinhle kwabampofu, ungithumé ukuba ngishumayele ukukhululwa ezithunjweni nokuvulwa kwamehlo ezimpumputhe, ukuba ngimukise abachotshoziweyo bekhululiwe,+
27 Noma kunjalo, bobabili uHerode noPontiyu Pilatu+ kanye nabantu bezizwe nabantu bakwa-Israyeli babuthana ngokoqobo kulo muzi bemelene nenceku yakho engcwele+ uJesu, owayigcoba,+
38 okuyile, uJesu waseNazaretha, indlela uNkulunkulu amgcoba ngayo ngomoya ongcwele+ nangamandla, futhi wadabula izwe enza okuhle, ephulukisa bonke abacindezelwe uDeveli;+ ngoba uNkulunkulu wayenaye.+