Johane 14:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Endlini kaBaba kukhona izindawo zokuhlala eziningi.+ Ukube bekungenjalo, bengizonitshela, ngoba ngiyahamba ngiyonilungisela indawo.+ Efesu 1:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 oluphawu+ olunikezwa kusengaphambili lwefa lethu,+ ngenjongo yokukhulula ngesihlengo+ impahla [kaNkulunkulu] siqu,+ kube udumo olukhazimulayo kuye. Kolose 1:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 ngenxa yethemba+ enigcinelwe lona emazulwini.+ Leli themba nezwa ngalo ngaphambili ngokushunyayelwa kweqiniso lalezo zindaba ezinhle+ 2 Thimothewu 4:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Kusukela manje kuqhubeke ngigcinelwe umqhele wokulunga,+ lowo iNkosi, umahluleli olungileyo,+ eyonginika wona njengomvuzo+ ngalolo suku,+ nokho kungemina ngedwa, kodwa futhi nabo bonke labo abakuthandile ukubonakaliswa kwayo.
2 Endlini kaBaba kukhona izindawo zokuhlala eziningi.+ Ukube bekungenjalo, bengizonitshela, ngoba ngiyahamba ngiyonilungisela indawo.+
14 oluphawu+ olunikezwa kusengaphambili lwefa lethu,+ ngenjongo yokukhulula ngesihlengo+ impahla [kaNkulunkulu] siqu,+ kube udumo olukhazimulayo kuye.
5 ngenxa yethemba+ enigcinelwe lona emazulwini.+ Leli themba nezwa ngalo ngaphambili ngokushunyayelwa kweqiniso lalezo zindaba ezinhle+
8 Kusukela manje kuqhubeke ngigcinelwe umqhele wokulunga,+ lowo iNkosi, umahluleli olungileyo,+ eyonginika wona njengomvuzo+ ngalolo suku,+ nokho kungemina ngedwa, kodwa futhi nabo bonke labo abakuthandile ukubonakaliswa kwayo.