Eksodusi 19:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Futhi nina ngokwenu niyoba umbuso wabapristi nesizwe esingcwele kimi.’+ Yilawa amazwi okumelwe uwasho kubantwana bakwa-Israyeli.” 1 Petru 2:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Kodwa “niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi bobukhosi, isizwe esingcwele,+ isizwe esiyimpahla ekhethekile,+ ukuze nimemezele kabanzi ubuhle”+ balowo owanibiza ukuba niphume ebumnyameni ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo.+ IsAmbulo 20:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Uyajabula+ futhi ungcwele+ noma ubani onesabelo ovukweni lokuqala; ukufa kwesibili+ akunalo igunya phezu kwabo,+ kodwa bayoba ngabapristi+ bakaNkulunkulu nabakaKristu, babuse njengamakhosi kanye naye iminyaka eyinkulungwane.+
6 Futhi nina ngokwenu niyoba umbuso wabapristi nesizwe esingcwele kimi.’+ Yilawa amazwi okumelwe uwasho kubantwana bakwa-Israyeli.”
9 Kodwa “niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi bobukhosi, isizwe esingcwele,+ isizwe esiyimpahla ekhethekile,+ ukuze nimemezele kabanzi ubuhle”+ balowo owanibiza ukuba niphume ebumnyameni ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo.+
6 Uyajabula+ futhi ungcwele+ noma ubani onesabelo ovukweni lokuqala; ukufa kwesibili+ akunalo igunya phezu kwabo,+ kodwa bayoba ngabapristi+ bakaNkulunkulu nabakaKristu, babuse njengamakhosi kanye naye iminyaka eyinkulungwane.+