-
Roma 9:10-12IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
10 Akugcinanga nje lapho, kodwa nalapho uRebheka ekhulelwa amawele endodeni eyodwa, u-Isaka ukhokho wethu; + 11 ngoba ngesikhathi engakazalwa futhi engakakwenzi okuhle noma okubi, ukuze injongo kaNkulunkulu ngokuqondene nokukhethwa kwabo iqhubeke ingancikile emisebenzini, kodwa kuLowo obizayo, 12 kwathiwa kuye: “Omdala uyoba isigqila somncane.” +
-