Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Genesise 42:38
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 38 UJakobe wathi: “Indodana yami ngeke yehle nani, ngoba umfowabo ufile futhi isisele yodwa. + Uma ingehlelwa ingozi ife endleleni enizoyihamba, nakanjani niyokwehlisela izinwele zami ezimpunga eThuneni* + ngosizi.” +

  • Genesise 44:29
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 29 Uma ningathatha nale niyisuse emehlweni ami bese yehlelwa ingozi ife, nakanjani niyokwehlisela izinwele zami ezimpunga eThuneni* + ngosizi.’ +

  • IHubo 89:48
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 48 Yimuphi umuntu ongaphila angafi? +

      Angakwazi yini ukuzisindisa* emandleni eThuna?* (Sela)

  • UmShumayeli 9:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Noma yini okwazi ukuyenza, yenze ngawo wonke amandla akho, ngoba akukho msebenzi namacebo nalwazi nakuhlakanipha eThuneni, *+ indawo oya kuyo.

  • Hoseya 13:14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 Ngizobakhulula emandleni eThuna;*

      Ngizobabuyisa ekufeni. +

      Luphi udosi lwakho Kufa? +

      Iphi imbubhiso yakho Thuna? +

      Ngeke ngilubonise uzwela.

  • IzEnzo 2:27
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 27 ngoba ngeke ungishiye* eThuneni,* futhi ngeke umvumele oqotho wakho abone ukonakala. +

  • IsAmbulo 20:13
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 Ulwandle lwakhipha abafile ababekulo, nokufa neThuna* kwakhipha abafile ababekukho, bahlulelwa ngamunye ngokwezenzo zabo. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela