-
Numeri 18:15, 16IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
15 “Wonke amazibulo ayo yonke into ephilayo + ayowaletha kuJehova, kungakhathaliseki ukuthi umuntu noma isilwane, kufanele abe ngawakho. Nokho, kufanele nakanjani uwahlenge amazibulo abantu, + namazibulo ezilwane ezingcolile kufanele uwahlenge. + 16 Kufanele uwahlenge ngenani lokuhlenga lapho esenenyanga eyodwa ubudala kuya phezulu, ngenani elilinganisiwe lamashekeli* amahlanu esiliva, + ngokweshekeli elivamile lendawo engcwele.* Lingamagera* angu-20.
-