Genesise 9:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Kuphela nje inyama enegazi layo, + eliwukuphila* kwayo, akumele niyidle. + Levitikusi 17:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 “‘Uma noma yimuphi umuntu wendlu ka-Israyeli noma yisiphi isifiki esihlala phakathi kwenu edla noma yiliphi igazi, + nakanjani ngiyomlahla lowo odla igazi futhi ngiyombulala.* Levitikusi 17:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 “‘Uma noma yimuphi umuntu kuma-Israyeli noma isifiki esihlala phakathi kwenu ezingela abambe isilwane sasendle esidliwayo noma inyoni edliwayo, kumele athulule igazi lako + aligqibe ngomhlabathi. Duteronomi 12:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 Nina nje ningalokothi nidle igazi + ngoba igazi liwukuphila *+ futhi akumele nidle ukuphila kanye nenyama. IzEnzo 15:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 kodwa sibabhalele ngenjongo yokuba badede ezintweni ezingcoliswe izithixo, + ekuziphatheni kabi ngokocansi, *+ ezintweni eziklinyiwe* nasegazini. + IzEnzo 15:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 ukuba niqhubeke nideda ezintweni ezihlatshelwe izithixo, + egazini, + ezintweni eziklinyiwe *+ nasekuziphatheni kabi ngokocansi. *+ Uma niqhubeka nideda kulezi zinto niyochuma. Mpilonhle!”*
10 “‘Uma noma yimuphi umuntu wendlu ka-Israyeli noma yisiphi isifiki esihlala phakathi kwenu edla noma yiliphi igazi, + nakanjani ngiyomlahla lowo odla igazi futhi ngiyombulala.*
13 “‘Uma noma yimuphi umuntu kuma-Israyeli noma isifiki esihlala phakathi kwenu ezingela abambe isilwane sasendle esidliwayo noma inyoni edliwayo, kumele athulule igazi lako + aligqibe ngomhlabathi.
23 Nina nje ningalokothi nidle igazi + ngoba igazi liwukuphila *+ futhi akumele nidle ukuphila kanye nenyama.
20 kodwa sibabhalele ngenjongo yokuba badede ezintweni ezingcoliswe izithixo, + ekuziphatheni kabi ngokocansi, *+ ezintweni eziklinyiwe* nasegazini. +
29 ukuba niqhubeke nideda ezintweni ezihlatshelwe izithixo, + egazini, + ezintweni eziklinyiwe *+ nasekuziphatheni kabi ngokocansi. *+ Uma niqhubeka nideda kulezi zinto niyochuma. Mpilonhle!”*