-
1 Samuweli 14:32, 33IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
32 Ngenxa yalokho, abantu bagijimela impango ngobugovu bathatha izimvu nezinkomo namathole bakuhlabela khona lapho, badla inyama kanye negazi. + 33 Ngakho kwabikwa kuSawule, kwathiwa: “Bheka! Abantu bayona kuJehova ngokudla inyama kanye negazi.” + USawule wathi: “Ukungathembeki lokhu enikwenzile. Gingqelani itshe elikhulu kimi ngokushesha.”
-