Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Eksodusi 12:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 Kumele nidle isinkwa esingenamvubelo + izinsuku eziyisikhombisa. Ngosuku lokuqala kufanele nisuse inhlama ebilisiwe ezindlini zenu, ngoba noma ubani odla okufakwe imvubelo kusukela ngosuku lokuqala kwehle kuze kube ngolwesikhombisa, lowo muntu* kumele abulawe* kwa-Israyeli.

  • Eksodusi 13:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 6 Kumele nidle isinkwa esingenamvubelo + izinsuku eziyisikhombisa, ngosuku lwesikhombisa kuzoba nomkhosi wokuhlonipha uJehova.

  • Eksodusi 34:18
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 “Kufanele ugcine uMkhosi Wesinkwa Esingenamvubelo. + Uyodla isinkwa esingenamvubelo, njengoba nje ngikuyalile; lokhu uyokwenza izinsuku eziyisikhombisa ngesikhathi esibekiwe ngenyanga ka-Abhibhi, *+ ngoba naphuma ngenyanga ka-Abhibhi eGibhithe.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela