-
Numeri 25:1-3IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
25 Ngesikhathi u-Israyeli ehlala eShithimi, + abantu baqala ukuziphatha kabi ngokuya ocansini namadodakazi akwaMowabi. + 2 Laba besifazane bamemela abantu emihlatshelweni yonkulunkulu babo, + abantu baqala ukudla nokukhothamela onkulunkulu babo. + 3 Ngakho u-Israyeli naye wakhonza nabo uBhali* wasePheyori, + uJehova wamthukuthelela kakhulu u-Israyeli.
-