Eksodusi 29:40 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 40 Ingxenye yeshumi ye-efa* likafulawa ocolekile ohlanganiswe nengxenye yesine yehini* lamafutha omnqumo, nomnikelo ophuzwayo wengxenye yesine yehini lewayini, kuzohambisana newundlu leduna lokuqala. Levitikusi 2:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 “‘Uma othile eletha kuJehova umnikelo wokudla okusanhlamvu, + umnikelo wakhe kumele ube ufulawa ocolekile futhi kufanele athele amafutha kuwo, abeke nenhlaka yempepho phezu kwawo. + Levitikusi 2:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 “‘Akukho mnikelo wokudla okusanhlamvu eniwuletha kuJehova okufanele ufakwe imvubelo, + ngoba akumele nishunqise inhlama ebilile noma uju njengomnikelo kaJehova oshiswa emlilweni.
40 Ingxenye yeshumi ye-efa* likafulawa ocolekile ohlanganiswe nengxenye yesine yehini* lamafutha omnqumo, nomnikelo ophuzwayo wengxenye yesine yehini lewayini, kuzohambisana newundlu leduna lokuqala.
2 “‘Uma othile eletha kuJehova umnikelo wokudla okusanhlamvu, + umnikelo wakhe kumele ube ufulawa ocolekile futhi kufanele athele amafutha kuwo, abeke nenhlaka yempepho phezu kwawo. +
11 “‘Akukho mnikelo wokudla okusanhlamvu eniwuletha kuJehova okufanele ufakwe imvubelo, + ngoba akumele nishunqise inhlama ebilile noma uju njengomnikelo kaJehova oshiswa emlilweni.