28 “‘Kodwa ayikho into enikelwe umuntu, ayinikela ngaphandle kwemibandela kuJehova evela ezintweni anazo engathengiswa noma ibuyiswe ngokuthengwa, kungakhathaliseki ukuthi unikele ngomuntu, izilwane noma insimu yakhe. Yonke into enikelwe ingcwelengcwele kuJehova. +