7 Wena namadodana akho ninesibopho sokwenza imisebenzi yenu yobupristi ephathelene ne-altare nalokho okungaphakathi kwekhethini, + yinina okufanele nenze le nkonzo. + Ngininike inkonzo yobupristi yaba isipho kini, noma yimuphi umuntu ongagunyaziwe osondelayo kufanele abulawe.” +