Eksodusi 15:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Ubani onjengawe, Jehova, + phakathi konkulunkulu? Ubani onjengawe, omkhulu ngobungcwele? + Lowo okumele esatshwe ngezingoma zokudumisa, Lowo owenza izimangaliso. + 2 Samuweli 7:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Yingakho umkhulu ngempela + Nkosi EnguMbusi Jehova. Akekho onjengawe, + akukho Nkulunkulu ngaphandle kwakho; + konke esikuzwe ngezindlebe zethu kuyakufakazela lokhu. 1 AmaKhosi 8:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 wathi: “O Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, akekho uNkulunkulu onjengawe + emazulwini phezulu noma emhlabeni phansi, ugcina isivumelwano, ubonisa nothando oluqotho + ezincekwini zakho ezihamba phambi kwakho ngayo yonke inhliziyo yazo. + IHubo 86:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 O Jehova, akekho ofana nawe phakathi konkulunkulu, +Ayikho imisebenzi efana neyakho. + Jeremiya 10:6, 7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 O Jehova akekho onjengawe. + Wena umkhulu, igama lakho likhulu linamandla. 7 Ngubani okungafanele akwesabe, Nkosi yezizwe, + ngoba kufanele wesatshwe;Ngoba phakathi kwabo bonke abahlakaniphile kuyo yonke imibuso yomhlaba,Akekho nhlobo onjengawe. +
11 Ubani onjengawe, Jehova, + phakathi konkulunkulu? Ubani onjengawe, omkhulu ngobungcwele? + Lowo okumele esatshwe ngezingoma zokudumisa, Lowo owenza izimangaliso. +
22 Yingakho umkhulu ngempela + Nkosi EnguMbusi Jehova. Akekho onjengawe, + akukho Nkulunkulu ngaphandle kwakho; + konke esikuzwe ngezindlebe zethu kuyakufakazela lokhu.
23 wathi: “O Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, akekho uNkulunkulu onjengawe + emazulwini phezulu noma emhlabeni phansi, ugcina isivumelwano, ubonisa nothando oluqotho + ezincekwini zakho ezihamba phambi kwakho ngayo yonke inhliziyo yazo. +
6 O Jehova akekho onjengawe. + Wena umkhulu, igama lakho likhulu linamandla. 7 Ngubani okungafanele akwesabe, Nkosi yezizwe, + ngoba kufanele wesatshwe;Ngoba phakathi kwabo bonke abahlakaniphile kuyo yonke imibuso yomhlaba,Akekho nhlobo onjengawe. +