IzAga 4:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Ubaba wangifundisa wathi: “Kwangathi inhliziyo yakho ingawabambisisa amazwi ami. + Gcina imiyalo yami uqhubeke uphila. + IzAga 7:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Gcina imiyalo yami uphile; +Qapha imfundiso* yami njengenhlamvu yeso lakho. UmShumayeli 12:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Isiphetho sendaba, njengoba sekuzwakele konke, yilesi: Yesaba uNkulunkulu weqiniso + ugcine imiyalo yakhe, + ngoba lokhu kuyiso sonke isibopho somuntu. + Isaya 48:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Ukube nje ubuyoyilalela imiyalo yami! + Ukuthula kwakho bekuyoba njengomfula +Nokulunga kwakho kube njengamagagasi olwandle ahlale egubha. + 1 Johane 5:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Yilokhu okushiwo uthando ngoNkulunkulu, ukuba sigcine imiyalo yakhe; + futhi imiyalo yakhe ayiwona umthwalo, +
4 Ubaba wangifundisa wathi: “Kwangathi inhliziyo yakho ingawabambisisa amazwi ami. + Gcina imiyalo yami uqhubeke uphila. +
13 Isiphetho sendaba, njengoba sekuzwakele konke, yilesi: Yesaba uNkulunkulu weqiniso + ugcine imiyalo yakhe, + ngoba lokhu kuyiso sonke isibopho somuntu. +
18 Ukube nje ubuyoyilalela imiyalo yami! + Ukuthula kwakho bekuyoba njengomfula +Nokulunga kwakho kube njengamagagasi olwandle ahlale egubha. +
3 Yilokhu okushiwo uthando ngoNkulunkulu, ukuba sigcine imiyalo yakhe; + futhi imiyalo yakhe ayiwona umthwalo, +