Joshuwa 9:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Bathi kuye: “Izinceku zakho zivela ezweni elikude kakhulu + ngenxa yegama likaJehova uNkulunkulu wakho, ngoba sizwile ngodumo lwakhe nangakho konke akwenza eGibhithe + Joshuwa 9:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Ngakho uJoshuwa wenza ukuthula nabo, + wenza nesivumelwano nabo sokuthi ngeke bababulale, futhi yilokho izikhulu zenhlangano ezakufunga kubo. + Joshuwa 11:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Akukho dolobha elenza isivumelwano sokuthula nama-Israyeli ngaphandle kwamaHivi ayehlala eGibheyoni. + Ama-Israyeli alwa nabo bonke abanye abanqoba. +
9 Bathi kuye: “Izinceku zakho zivela ezweni elikude kakhulu + ngenxa yegama likaJehova uNkulunkulu wakho, ngoba sizwile ngodumo lwakhe nangakho konke akwenza eGibhithe +
15 Ngakho uJoshuwa wenza ukuthula nabo, + wenza nesivumelwano nabo sokuthi ngeke bababulale, futhi yilokho izikhulu zenhlangano ezakufunga kubo. +
19 Akukho dolobha elenza isivumelwano sokuthula nama-Israyeli ngaphandle kwamaHivi ayehlala eGibheyoni. + Ama-Israyeli alwa nabo bonke abanye abanqoba. +