Levitikusi 27:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Ngaphezu kwalokho, akekho umuntu olahliwe ohlukaniselwe ukubhujiswa* ongase ahlengwe. + Kufanele abulawe nakanjani. + Duteronomi 7:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Kufanele ubhubhise* zonke izizwe uJehova uNkulunkulu wakho azinikela kuwe. + Akumele* uzihawukele, + futhi ungabakhonzi onkulunkulu bazo + ngoba lokho kuyoba ugibe kuwe. + 1 Samuweli 15:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Manje hamba uyobulala ama-Amaleki, + uwabhubhise + kanye nakho konke anakho. Ungawayeki;* kumele ubulale + indoda kanye nowesifazane, umntwana kanye nosana, inkomo kanye nemvu, ikamela kanye nembongolo.’ ” + 1 Samuweli 15:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Nokho, uSawule nabantu abambulalanga* u-Agagi kanye nomhlambi wezimvu nowezimbuzi ongcono kunayo yonke, umhlambi wezinkomo ezinonile, izinqama nakho konke okwakukuhle. + Abafunanga ukukubhubhisa. Kodwa zonke izinto ezazidelelekile nezazingafunwa muntu bazibhubhisa.
29 Ngaphezu kwalokho, akekho umuntu olahliwe ohlukaniselwe ukubhujiswa* ongase ahlengwe. + Kufanele abulawe nakanjani. +
16 Kufanele ubhubhise* zonke izizwe uJehova uNkulunkulu wakho azinikela kuwe. + Akumele* uzihawukele, + futhi ungabakhonzi onkulunkulu bazo + ngoba lokho kuyoba ugibe kuwe. +
3 Manje hamba uyobulala ama-Amaleki, + uwabhubhise + kanye nakho konke anakho. Ungawayeki;* kumele ubulale + indoda kanye nowesifazane, umntwana kanye nosana, inkomo kanye nemvu, ikamela kanye nembongolo.’ ” +
9 Nokho, uSawule nabantu abambulalanga* u-Agagi kanye nomhlambi wezimvu nowezimbuzi ongcono kunayo yonke, umhlambi wezinkomo ezinonile, izinqama nakho konke okwakukuhle. + Abafunanga ukukubhubhisa. Kodwa zonke izinto ezazidelelekile nezazingafunwa muntu bazibhubhisa.