Eksodusi 17:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Manje uJehova wathi kuMose: “Bhala lokhu encwadini njengesikhumbuzo, uphinde ukusho kuJoshuwa, ‘Ngizowaqeda nya ama-Amaleki emhlabeni futhi ngeke esakhunjulwa.’” + Duteronomi 25:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Lapho uJehova uNkulunkulu wakho esekuphumuzile kuzo zonke izitha zakho ezikuzungezile ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona njengefa ukuba ulidle, + kufanele wenze ukuba u-Amaleki angaphinde akhunjulwe phansi kwamazulu. + Ungakhohlwa. 1 Samuweli 15:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Manje hamba uyobulala ama-Amaleki, + uwabhubhise + kanye nakho konke anakho. Ungawayeki;* kumele ubulale + indoda kanye nowesifazane, umntwana kanye nosana, inkomo kanye nemvu, ikamela kanye nembongolo.’ ” +
14 Manje uJehova wathi kuMose: “Bhala lokhu encwadini njengesikhumbuzo, uphinde ukusho kuJoshuwa, ‘Ngizowaqeda nya ama-Amaleki emhlabeni futhi ngeke esakhunjulwa.’” +
19 Lapho uJehova uNkulunkulu wakho esekuphumuzile kuzo zonke izitha zakho ezikuzungezile ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona njengefa ukuba ulidle, + kufanele wenze ukuba u-Amaleki angaphinde akhunjulwe phansi kwamazulu. + Ungakhohlwa.
3 Manje hamba uyobulala ama-Amaleki, + uwabhubhise + kanye nakho konke anakho. Ungawayeki;* kumele ubulale + indoda kanye nowesifazane, umntwana kanye nosana, inkomo kanye nemvu, ikamela kanye nembongolo.’ ” +