1 Samuweli 13:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Kodwa manje umbuso wakho ngeke uhlale isikhathi eside. + UJehova uzozitholela umuntu ojabulisa inhliziyo yakhe, + uJehova uzommisa abe ngumholi wabantu bakhe, + ngoba awukugcinanga lokho uJehova akuyale ngakho.” + IHubo 89:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Ngithole uDavide inceku yami; +Ngimgcobe ngamafutha ami angcwele. + IzEnzo 13:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Ngemva kokumsusa, wasivezela uDavide njengenkosi, + afakaza ngaye wathi: ‘Ngithole uDavide indodana kaJese, + umuntu ojabulisa inhliziyo yami; + uzokwenza zonke izinto engizifisayo.’
14 Kodwa manje umbuso wakho ngeke uhlale isikhathi eside. + UJehova uzozitholela umuntu ojabulisa inhliziyo yakhe, + uJehova uzommisa abe ngumholi wabantu bakhe, + ngoba awukugcinanga lokho uJehova akuyale ngakho.” +
22 Ngemva kokumsusa, wasivezela uDavide njengenkosi, + afakaza ngaye wathi: ‘Ngithole uDavide indodana kaJese, + umuntu ojabulisa inhliziyo yami; + uzokwenza zonke izinto engizifisayo.’