-
1 Samuweli 16:12, 13IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
12 Ngakho wathumela bamlanda, wayesemngenisa. Wayebomvana, enamehlo amahle futhi emuhle. + UJehova wathi: “Sukuma umgcobe, ngoba nguye lo!” + 13 Ngakho uSamuweli wathatha uphondo lwamafutha + wamgcoba phambi kwabafowabo. Kusukela ngalolo suku kuqhubeke umoya kaJehova wanika uDavide amandla. + Kamuva uSamuweli wahamba waya eRama. +
-