Eksodusi 22:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 “Akumele ugcine umthakathi ephila. + Levitikusi 19:31 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 31 “‘Ningaphendukeli kwabasebenzelana nemimoya + futhi ningayi kubabikezeli bekusasa, + ukuze baningcolise. NginguJehova uNkulunkulu wenu. Levitikusi 20:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 “‘Ngokuqondene nomuntu ophendukela kwabasebenzelana nemimoya + nakubabikezeli bekusasa + ukuze afebe nabo ngokomoya,* nakanjani ngiyomelana nalowo muntu ngimbulale. *+ 1 Samuweli 15:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 ngoba ukudlubulunda + kuyafana nesono sokubhula, + nenkani iyafana nokwenza imilingo nokukhonza izithixo.* Ngenxa yokuthi awulilalelanga izwi likaJehova, + naye ukulahlile ukuba ungabe usaba yinkosi.” + 1 Samuweli 28:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Ngaleso sikhathi uSamuweli wayesefile, wonke u-Israyeli wayemlilele futhi wamngcwaba edolobheni lakubo, eRama. + USawule wayebasusile kwa-Israyeli abasebenzelana nemimoya nababikezeli bekusasa. +
31 “‘Ningaphendukeli kwabasebenzelana nemimoya + futhi ningayi kubabikezeli bekusasa, + ukuze baningcolise. NginguJehova uNkulunkulu wenu.
6 “‘Ngokuqondene nomuntu ophendukela kwabasebenzelana nemimoya + nakubabikezeli bekusasa + ukuze afebe nabo ngokomoya,* nakanjani ngiyomelana nalowo muntu ngimbulale. *+
23 ngoba ukudlubulunda + kuyafana nesono sokubhula, + nenkani iyafana nokwenza imilingo nokukhonza izithixo.* Ngenxa yokuthi awulilalelanga izwi likaJehova, + naye ukulahlile ukuba ungabe usaba yinkosi.” +
3 Ngaleso sikhathi uSamuweli wayesefile, wonke u-Israyeli wayemlilele futhi wamngcwaba edolobheni lakubo, eRama. + USawule wayebasusile kwa-Israyeli abasebenzelana nemimoya nababikezeli bekusasa. +