-
2 Samuweli 12:11, 12IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
11 Yilokhu uJehova akushoyo, ‘Ngikulethela inhlekelele evela khona kanye endlini yakho; + ngizothatha abafazi bakho phambi kwamehlo akho ngibanike omunye umuntu, *+ uyolala nabo emini bebade. *+ 12 Nakuba le nto wena uyenze ekusithekeni, + mina ngizoyenza phambi kwawo wonke u-Israyeli emini libalele.’ ”*
-